Mathunjwa | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mathunjwa

Mvubu,
Mkholo, Dukwane,
Masina, Khathide,
Khalishwayo!
Wena koNdandazi,
Wena Soshabeni,
Wena kalumbembekazi abalala baze bashwishwe ngomlenze!

2 comments:

  1. Mina nginguMathunjwa Geza Mvubu Nxwi Njo Simengemenge njengela tobhoyi mndengende wena ungaweli ezibukweni uwela esihosheni jozi elibovu okwathi abanye babulala abantu wena wabulala imbuzi

    ReplyDelete

Total Pageviews