Izithakazelo zakwa Mthembu, Mthembu Clan Names, Mthembu Clan Praises

Izithakazelo zakwa Mthembu, Mthembu Clan Names, Mthembu Clan Praises

Mvelase,
Qhudeni Mvelase,
Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,
Mvelase kaGuda,
Ongawadl’amathibani,
Angadl’amathibane indlala ngabe iwile,
Mnisi wemvula ilanga libalele,
Ngoz’ovel’eNyandeni,
Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,
Nina baseMlamlankunzi!

Zikhona izikibha zakwa Mthembu: 061 868 5163
 









Ngcongo clan names | Izithakazelo

Ngcongo clan names are : Phambuka  Nongwadla  Nozishe  Celeshe  Mkhonto obukhali obala amazwane!!! 🙌🏾 Sitholakala eKZN eMkhomazi eM...