Nxumalo | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Nxumalo

Zwide kaLanga,
Ndwandwe, Mkhatshwa,
Okhabangezinde nezimaqhukubezana,
Nkabanhle,
Wena wase Gudunkomo,
Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto kaZulu,
Nkomo ayihlatshwa , uyothi ungayihlaba yophe amasi njengo mbhelebhele,
Sandla sivikumkhonto njengehawu,
Hlubi,
Sandl' esimnene,
Somaphunga,
Nonkokhel'abantu bahlatshwe njenge zinkomo!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Nxumalo -
Fonela lenombolo: 062 809 2262 wenze i-oda lakho! 

Price: R200.00 







14 comments:

  1. This is wow,uyayshaya lento yokho.4rm nkuleh emandeni. nonkuh082@gmail.com

    ReplyDelete
  2. yizimpela kodwa zyashoda sothondose mthondwethusi frm mxolisi nxumalo kwanongoma

    ReplyDelete
    Replies
    1. Emxolisi angipha ama details wakho ngathi wena wazi kancono.....

      Delete
  3. ng'dinga ukwazi zonke izithakazelo zakithi ko nxumalo

    ReplyDelete
  4. Oya. Ay ngavesane ngavukelwa wusinga. Yithi oNkokhelabantu

    ReplyDelete
  5. mmmmhm kodwa koZwide ngyesaba mina aybo li lil li li li li!!!!!!!!!!!!

    ReplyDelete
  6. Wazisho ngavukwa usinga kwathi mangigiye. Ngiyaziqhenya ngokuba okwa Nxumalo. From Nana Nxumalo.nanazwide@gmail.com

    ReplyDelete
  7. Aw madoda oSothondose Mthondowethusi sengisho thina oZwide noMasuku

    ReplyDelete
  8. Aw madoda oSothondose Mthondowethusi sengisho thina oZwide noMasuku

    ReplyDelete
  9. Osdinane samaphisi. Abangaphiswa uthuvi baphiswa zindaba.

    ReplyDelete
  10. Khona kunjalo kodwa zihlanganisiwe lana, kuhlangene izithakazelo nezibongo zikaZwide okunguye owayevika umkhonto ngesandla....

    ReplyDelete
  11. ngiyabonga mina.
    ngiyabathanda ozwide kalanga.

    ReplyDelete

Total Pageviews