iNkosi Yokuqala eYaphatha uMhlaba Kwakuyindoda eNsundu uNimrod

Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to make your order on Whatsapp



uNimrod Kwakuyindodana kaKush. iGama elithi Kush lisho ukuthi 'Ngimnyama', phecelezi 'Black'.
Indaba yakhe idume kakhulu eBhayibhelini. Kwakuyindoda eyayi nkosi eyahlanganisa bonke abantu ukuba bakhe isakhiwo esifika ezulwini.


uNkulunkulu wabheka isakhiwo wase ebona ukuthi abantu bazophumelela ukwenza lento abayifisayo. uNkulunkulu wehla waphambanisa ulwimi lwabo ukuze bangekwani. Waphela ke umsebenzi wokulakha lelo bhilidi. Akwaziwa ukuthi uNkulunkulu wawuphazamiselani lowo msebenzi.

uNimrod kwakuyiqhawe, kuyindoda eyayinombono ophakeme kakhulu.

Bayede!

Previous Post Next Post