Izithakazelo Zakwa Ndaba, Ndaba Clan Names, Ndaba Clan Praises

Izithakazelo Zakwa Ndaba, Ndaba Clan Names, Ndaba Clan Praises

Mwelase,
Mthiyane,
Mhlungu,
Madela,
Dubazane,
Longode,
Wena ongaweli ngazibuko,
Wela ngezimpambosi zomfula,
Masinga asilele,
Mididwa emnyama,
OMalobola mbiza zawo tshani
Nina enilobola ngezenqele abanye belobola ngezomquba.
Wena owasemhlungwini,Owagaqa wagaqa wathugwazinkomo kanti usegwazumhlana wendoda,
Ahhhhhhh ndabezitha!!!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Ndaba-
Fonela lenombolo: 061 868 5163 wenze i-oda lakho! No Whatsapp please.


Price: R200.00





Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...