Izithakazelo Zakwa Myeni, Myeni Clan Names, Myeni Clan Praises

Izithakazelo Zakwa Myeni, Myeni Clan Names, Myeni Clan Praises

Mdolomba
Mzukase,
Mnguni wasenhla
Wena waseNingizimu
Mabasendleleni zombili, enye ngeyokuya , enye ngeyokubuya
Gwebeshomnyama ,ophuza amanzi okuhlalelwa
Wena owabalekela insingizi ngokusindela uthi silwane
Mdlomba kaDuma
Wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala
Ngwenya kaMalambe
Mzimela
Mziyankatha

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...