Izithakazelo zakwa Zwane, Zwane Clan Names, Zwane Clan Praises

Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Izithakazelo zakwa Zwane, Zwane Clan Names, Zwane Clan Praises

Ntsele kaLindaMkhonto, Mthanti!
Nduna ngokuthwalisala sentsele
UNtselakangakanani
Ngoba nasothini lomkhontangahlala
Nineniphakelumyenodengeleni
Ngoba ningabeNkosi
Zikode kaNdabantsele
Wena kaMafu
Kalinganophansi nophezulu
Mangethe!
Mtungwa oluhlaza
Nina bakwaMngunikazi ngilinde
Ngiyothathezami
Nina bakwaMfazoshayabafnekwaluseni
Ngingakaze ngimbonolokotha lesosenzo
Magugu kaNtsele
Mpisethathamathole
Mthamiya sicongo
Nina bakaVezi
Owadlisihlahla njengengwababana
Mbulazi waseNtseleni
Odlumuntemyenga ngendaba
Nina bakwaQhina ladla liguqile
Phansi kwetshe laseTshenteka
Dlula kulendawo!

Bayede!

Previous Post Next Post