Izithakazelo zakwa Mbuyazi, Mbuyazi Clan Names, Mbuyazi Clan Praises
Mbuyazi!
Mbonambi!
Ngiba kaNomagama!
Mageza ngobisi amanzi ekhona!
Mabhodla wena owabhodl' ulwandle lugcwele!
Wawela ngaphesheya, owalamb' endleleni waze wadla ubukhwebezane!
Nkonyan' yenkosi!
Mkhosana!
Mbuyazi!
Mbonambi!
Ngiba kaNomagama!
Mageza ngobisi amanzi ekhona!
Mabhodla wena owabhodl' ulwandle lugcwele!
Wawela ngaphesheya, owalamb' endleleni waze wadla ubukhwebezane!
Nkonyan' yenkosi!
Mkhosana!
Tags:
Izithakazelo