Chili

Izithakazelo zakwa-Chili

Lushaba,
Mthuli,
Lushaba lwenkosi,
Ngwenya,
Mgwazi kaQhaqhela,
Mcwashi,
Sithole esaya kwaMpanza sabuya sesixhekethisile,
Bhebheza wena wasezilovini!

5 comments:

  1. Mthuyi kangema
    Mageza ngobisi abafokazane begeza ngamanzi
    Hlanga olude oluwela umhlathuze ugchwele

    ReplyDelete
  2. Thanks a lot! I would also like to know the origin of the Chili family!

    ReplyDelete
  3. Ngiyabonga mfethu, ngingathanda ukwazi imvelaphi yabantu bakwa Chili.

    ReplyDelete
  4. Ngiyabonga mfethu, ngingathanda ukwazi imvelaphi yabantu bakwa Chili. uma unayo incwadi engingayifunda ngingajabula.

    ReplyDelete
  5. Chili
    Mthuyi
    Ngema
    Khwani lisikwa lihluma
    Mgangath'udonga kuvel'indlela.
    Thina esehla ngomfula umhlathuzana.
    Somageza ngobisi abafokazane begeza ngamanzi.

    ReplyDelete

Total Pageviews