Izithakazelo zakwa Chiliza, Chiliza Clan Names, Chiliza Clan Praises

Izithakazelo zakwa Chiliza

Mdunge,
Chiliza,
Shabalala,
Zisuka zibekwa,
Bhoyiya,
Mdzakudza,
Hlule hlophe,
Wena owadunga amanzi baphuza abafokazana,
Dunge elihle, dunge elimhlophe!
Mkhathini,
Ngubonduna!

Ngcongo clan names | Izithakazelo

Ngcongo clan names are : Phambuka  Nongwadla  Nozishe  Celeshe  Mkhonto obukhali obala amazwane!!! 🙌🏾 Sitholakala eKZN eMkhomazi eM...