Izithakazelo zakwa Khumbuza, Khumbuza Clan Names, Khumbuza Clan Praises

Izithakazelo zakwa Khumbuza, Khumbuza Clan Names, Khumbuza Clan Praises

Ndosi,
Nombedu,
Nkomo kayivuswa,
Nkom’isengwa ilele,
Wayisenga imile iyakhahlela,
Squnga esihle esingahlalwa nyoni,
Siqunga esizalela amasakabula
Mkhokheleli owakhokhela isizwe ekugqilazweni,
Dubandlela!
Vico akagezanga,
Obuye nensil'emfuleni,
Ngob'ethembe ukugeza ngobisi,
Magaye ongangolwandle!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...