Majola

Izithakazelo zakwa-Majola

Mchunu,
Macingwane,
Ngqulunga,
Nyanda yemkhonto,
Ndabezitha,
Phakade,
Yeyesa,
Ndlela zabedluli nabaGodusi,
Sobiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla,
Mabonw'abulawe!

11 comments:

  1. abakwamChunu bayakuphika ukuthi ngabandawonye noMajola siyidingide kwaze kwakwagqingetshe lento kuFB

    ReplyDelete
  2. Yebo sihlobene,Kodwa manje ngathi ubuhlobo buyaphela Ngoba sekubinakala kugananwa however intombi zakamchunu ziyazuthanda insizwa zaka Ngqulunga :)however Mina Jolo ngisabona obhuti koMacingwane!

    ReplyDelete
  3. Ngokoleazi enginalo u Majola,mchunu.ngqulunga,yeyesa ngabandawonye uyise ka Majola ngu qengeba angazi kahle Ku Mchunu

    ReplyDelete
  4. Nkunz'emnyama iyazona ithole, impaka engadli nkukhu,umbheka phansi njenge sambane

    ReplyDelete
  5. This comment has been removed by the author.

    ReplyDelete
  6. mese sifika kanjani emampondweni, mina ngazi uMajola uNgqulunga, uMacingwana

    ReplyDelete
  7. Bobhuthi nodade singabandawoye singumntu munye asingavumeli ukushintshwa isimanje manje

    ReplyDelete
  8. Impela sabandawonye kwajala izingane zikamchunu okuwuNdlela nodade wakhe uMchunu wabe esebaxosha

    ReplyDelete
  9. Bayahlanya laba abathi UMajola akayena umchunu. ubobuza kuNgizwe Mchunu obelokhu ephika lokho lamlahla idlozi maqede waxoshwa kuKhoziFm.

    ReplyDelete

Total Pageviews