Izithakazelo zakwa Majozi, Majozi Clan Names, Majozi Clan Praises
Mqamu,Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula,
Gwanyana,
Mbhuli,
Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama,
Ngoza Lukhozi,
Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!
Tags:
Izithakazelo