Xulu

Izithakazelo zakwa-Xulu

Makhathini,
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!

10 comments:

  1. ngicela kulungiswe ukubhalwa kuka "Gxabhashe"

    ReplyDelete
    Replies
    1. IQINISO mfwethu abaningi abakunaki lokho

      Delete
    2. Siyabonga futhi siyaxolisa kakhulu, kwaba yiphutha.
      Sesilungisile.

      Delete
  2. Replies
    1. Gud CICI yiqiniso lelo

      Delete
    2. Siyabonga futhi siyaxolisa kakhulu, kwaba yiphutha.
      Sesilungisile.

      Delete
  3. ngicela uqinisekise phuhla phansi noma khuhla phansi

    ReplyDelete

Total Pageviews