Izithakazelo zakwa Zikalala, Zikalala Clan Names, Zikalala Clan Praises

Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Izithakazelo zakwa Zikalala, Zikalala Clan Names, Zikalala Clan Praises

Zikalala, 
Khuze ,
Khuzeni,
Cebisa ,
Wena wase Ngonyameni ,
Maluleka ,
Nyamazane ,
Mbangalulaka,
Wena kamahlomehlathini onjengohlanya
Khuzekhulu 
Nina bakwa nyamazane edliwayo , engadliwa nani niyayilahla
Mondi ka ndaba osenhlanganisweni
Sibanda Magoda siwadabula 
Mthwebuli wengwebu zabafo
Mpingilizana wakwa Langa
Nina bakwamagwaza indoda inyele emphandeni
Philibane lika Donda elibile lahluthuka ngokweswela abavubeli , baphi abafazi base Khuzeni
Khuuuuuze !!!

By: Bhekinkosi Zikalala
Bayede!

Previous Post Next Post