Izithakazelo zakwa Mbanjwa, Mbanjwa Clan Names, Mbanjwa Clan Praises

Izithakazelo zakwa Mbanjwa, Mbanjwa Clan Names, Mbanjwa Clan Praises

Sokhela,
Nyon'emyama,
Eyabizwa ngekhwela yasabela yathi tshiyo,
Gqabela kavezi,
Wena ozalisa abafazi baliwe amadoda abo,
Mzukuzeli ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane ezindizela phezulu,
Mpazela,
Sisho wena nkanyezi yezulu,
Mzekwa,
Galaza,
Magujwa,
Dindela!

Ngcongo clan names | Izithakazelo

Ngcongo clan names are : Phambuka  Nongwadla  Nozishe  Celeshe  Mkhonto obukhali obala amazwane!!! 🙌🏾 Sitholakala eKZN eMkhomazi eM...